umnikazi wempahla obhalisile izimo ezichaphazela leyo mpahla imiyalelo yenkantolo yokuvimbela ukwenziwa kokuthize maqondana nempahla inani lentengiso yempahla imitheshwana yolawulo yesikimu setayitela eyingxenye yempahla ikhophi yesivumelwano esenziwa phambi komendo , ilungelo lokudlula kwimpahla yomonye umuntu, imali-mboleko yebhondi yokuthenga impahla , nokunye ikhophi yeplani yetayitela eliyingxenye yempahla , noma imitheshwana yolawulo lweSikimu seTayitela eyingxenye yempahla . , kodwa yikhophi yenhloso yokuthola ulwazi zimo ngokusungulwa kwendawo yokuhlala yabantu ulwazi oluqondene nempahla noma itayitela.
amagama aphelele/ noma inombolo kamazisi yomnikazi wempahla, noma okungenani usuku lwakhe lokuzalwa.
inombolo yesitende ye-erf kanye nenombolo ye-township, noma igama lepulazi kanye nenombolo, kodwa hhayi ikheli lomgwaqo.
hamba uye kunoma yiliphi ihhovisi lematayitela hamba uye kwideski lolwazi, lapho khona isikhulu sizosizana nawe ukugcwalisa ifomu elibekiwe kanye nokuchaza inqubo cela u-data typist ukuthi akuseshele ulwazi ngempahla , noma khokha inani lemali efanele kwihhovisi elamukela imali ebese uthatha isiliphu usibuyisela kusikhulu kwideski yolwazi . Inombolo yerisidi izofakelwa kwikhophi yakho yetayitela.
Ukusesha ulwazi kungathatha imizuzu engu-30 ukuya kwengu-60. Kwamanye amahhovisi amakhulu, ikhophi yetayitela iyaposwa, noma kumele izolandwa ngemuva kwesikhathi esithize.
Isikhulu ehhovisi lamaTayitela sizokunikeza ifomu okumele uligcwalise.
